i-App yeBhayibheli yezingane

188,096

i-App yeBhayibheli yezingane iyilunga elisha lomndeni we YouVersion kuma apps.isiyatholakala manje kma Andorid smartphones kanye nakuma Tablets, i-App yeBhayibheli yezingane ihlezi imahhala!

Ngendlela enhle nethokozisayo yopopayi abadlalayo, izingane zikwazi ukubheka indaba yonke ephelele yeBhayibheli. iBible App for Kids iyindlela enhle eyenzelwe ukugqugquzela izingane ukuba zilokhu zibuyile ngokuphinda phinda. ingukuqala kwempilo ende yokuthanda izwi likaNkulunkulu.

• ilula, yenzelwe izingane futhi inemibala emihle
•iyathokozisa, futhi iyasebenziseka ukwenza iBhayibheli liphile
• Inamaqiniso athokozisayo kanye nemidlalo ukusiza izingane zikwazi ukukhumbula ezikufundile
• imidlalo emnandi eyenza izingane zizitholele imikomelo

Isuka kaYouVersion ibambisene ne OneHope.

IMFIHLO YAKHO KWI ANDROID
* i-App yeBhayibheli yezingane icela uyivumele ukuba ifunde/ibhale kwi SD card yakho ngoba yilapho i App izogcina khona izindaba ozi Download efonini yakho.
* i-App yeBhayibheli icela imvume kwifoni yakho ukusiza ukusebenzisa uhla lokuthumela imiyalezo iye kwi Version ye Android endala.
* Indawo: abocwaningo lethu basebenzisa indawo ukusiza bafunde ukuthi i App yethu isetshenziswa maphi kakhulu. Ucwaningo lusebenzisa kwiningi kuphela, hhayi ngomuntu emunye.
* Asiyidayisi imininingwane yakho oyibhala kithina futhi asiyidedeli komunye umuntu ungazange usinike imvume. ungafunda imigomo yethu ku http://youversion.com/privacy.

XHUMANA NE YouVersion
• Sithande ku Facebook: http://facebook.com/youversion
• Sithande ku Twitter: http://twitter.com/youversion
• Bheka okwakamuva kwi blog yethu: http://blog.youversion.com
Funda kabanzi
4.7
188,096 okuphelele
5
4
3
2
1
Kuyalayisha...

Yini okusha

Manje seliyatholakala ngesi-Bhelurashiya. Shintshanisa izilimi kwizilungiselelo, ulimi.

Izinhlobonhlobo zokulungisa izinkinga.
Funda kabanzi

Imininingwane engeziwe

Kubuyekeziwe
Agasti 16, 2018
Usayizi
41M
Ukufakwa
10,000,000+
Inguqulo yamanje
2.17
Idinga i-Android
I-4.0 nokungaphezulu
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Kunikezelwe ngu
Life.Church
©2018 GoogleImigomo Yensizakalo ye-GoogleUbumfihloOnjiniyelaAbaculiMayelana ne-Google|Indawo: i-United StatesUlimi: isiZulu
Ngokuthenga le nto, usebenzisa i-Google Payments futhi uvumelana Nemigomo Yesevisi ye-Google Payments Nesaziso Sobumfihlo.