CAG Hymns - Izingoma Ezintsha Zombuso

Manje ungadawunilodela i-CAG Hymns mahhala ocingweni noma kuthabhulethi yakho. Lalela amaculo amasha ombuso bese ujoyina inkathi yokulandela iWundlu nokucula amaculo amasha! Ngazo zonke izinhlobo zamaqoqo nezinhlobo zemisebenzi ongakhetha kuyo, ungathola kalula umculo owuthokozelayo. Qopha amaculo angaphelezelwa yizinsimbi noma umculo wabacula ngabodwa, hlanganisa odlule kukho kokucula kuhambisane nokongoti, bese ucula okusuka enhliziyweni yakho ekudumiseni uNkulunkulu. Nezela kalula umculo owuthokozelayo kulokho Okukhonzile noma Okokudlalwa ukuze ugcine lawo maculo athinta inhliziyo yakho. Ngokudawuniloda ngokuchofoza kanye umculo owuthandayo, ungalalela ungasekho ku-inthanethi noma nini. Thungatha ndawo zonke ukuze ubone amaculo ngezilimi ezihlukene inqwaba yezitayela zomculo ngokuthinta okukodwa.

Funafuna
● Izihlabelelo namavidiyo athandwayo, izethulo ezimangalisayo
● Bona izihlabelelo ezintsha kakhulu ngokujeqeza okukodwa
● Izinhlobonhlobo zamaqoqo ongakhetha kuwo
● Khetha okukhonzile engxubevangeni yezinhlobo zemisebenzi yobuciko.
● Izilimi ezehlukene ziyatholakala ngokwezidingo ezehlukene

I-karaoke
● Dawuniloda umculo namagama ukuze ucule noma kanjani, noma nini, futhi noma kuphi lapho ufuna khona
● Cula uhambisane namaphimbo okuqala noma umculo nje, kukusiza ukuba uthole isimo somoya esifanele.
● Zijwayeze amaculo akho owakhonzile ungaphelezelwa yizinsimbi ukuze uthole umuzwa ophezulu kakhulu ekudumiseni uNkulunkulu
● Thola izihlabelelo ezilimini ezehlukene ngokuchofoza inkinobho

Amavidiyo
● Onke amavidiyo amasha kakhulu alapha. Thola owakhonzile!
● Thola amavidiyo amangalisayo ezihlabelelo nemisebenzi yamakhwaya, kanye namavidiyo omculo konke echosheni lomunwe wakho

Umtapo Wolwazi
● Cinga ngokushesha bese wenezela amaculo akho owakhonzile
● Yakha izinhlu zokokudlalwa bese ulondoloza umculo wakho owukhonzile.
● Nezela umculo owuthandayo oHlwini lwakho Lokokudlalwa ngokuchofoza okukodwa
● Kulokho Okusanda Kudlalwa, thola kalula amaculo osuwalelile
● Ukudawuniloda ngokuchofoza kanye kukuvumela ukuba uthokozele umculo ungekho ku-Inthanethi
Funda kabanzi
Goqa
4.9
238 okuphelele
5
4
3
2
1
Kuyalayisha...

Yini okusha

We made some improvements to the app to make it better for you.
Funda kabanzi
Goqa

Imininingwane engeziwe

Kubuyekeziwe
Ephreli 21, 2019
Usayizi
20M
Ukufakwa
1,000+
Inguqulo yamanje
1.01
Idinga i-Android
I-4.1 nokungaphezulu
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Kunikezelwe ngu
The Church of Almighty God
©2019 GoogleImigomo Yensizakalo ye-GoogleUbumfihloOnjiniyelaAbaculiMayelana ne-Google|Indawo: i-United StatesUlimi: isiZulu
Ngokuthenga le nto, usebenzisa i-Google Payments futhi uvumelana Nemigomo Yesevisi ye-Google Payments Nesaziso Sobumfihlo.