“Yonke imibhalo iphefumulelwe uNkulunkulu ilungele ukufundisa, nokusola, nokuqondisa, nokuyala ekulungeni, ukuze umuntu kaNkulunkulu aphelele, apheleliselwe yonke imisebenzi emihle.”
Umbuzo wethu wokuqala lapho senza isinqumo uthi: Lithini iBhayibheli ngaso?
Sizijwayeza ukufunda nsuku zonke, ukukhumbula ngekhanda iBhayibheli nokufunda imiBhalo Engcwele, ngoba sikholelwa ukuthi UNKULUNKULU ukhuluma nathi, uyasiguqula futhi asiqondise ngayo.
( 1 Thim. 3:16-17, IHu. 119:105, IHu. 19:7-14, Joh. 5:39 )
Kubuyekezwe ngo-
Aga 27, 2024