Dlisa Inunu (isiZulu)

১০ হাজাৰ+
ডাউনল’ড
সমলৰ মূল্যাংকন
সকলো
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি
স্ক্ৰীনশ্বটৰ প্রতিচ্ছবি

এই গে’মটোৰ বিষয়ে

Udlisa Inunu ufundisa ingane yakho imithetho yokufunda. Qoqa amaqanda wenunu bese udlisa inunu izinhlamvu zamagama ukuze zikhule zibe ngabangane abasha!

YINI UDLISA INUNU?
Udlisa inunu usebenzisa indlela 'zokudlala ukuze ufunde' ezaziwayo ezidonsa izingane futhi zibasize ngokufunda. Izingane zijabulela ukuqoqa nokukhulisa inunu ngenkathi zifunda izisekelo zokubala.

KUYIMAHHALA UKWEHLISA, AKUNASIKHANGISO, AKUNA ‘KUTHENGA PHAKATHI KOHLELO!
Konke okuqukethwe kuyimahhala 100%, kudalwe ngama-literacy nonprofit ango Curious Learning, CET, no Apps Factory.

IZIMO ZOMDLALO EZISIZA ULWAZI LOKUFUNDA:
• Ama-puzzle amnandi
• Imidlalo yokulandela izinhlamvu zamagama ezisiza ukufunda nokubhala
• Imidlalo esiza inkumbulo yesilulumagama
• Amazinga anzima "anokukhuluma kuphela"
• Umbiko wentuthuko lwabazali
• Ivumela abasebenzisi abehlukene bengene ngakhoke bazi intuthuko yabo
• Inunu ongaziqoqa, ezikhulayo njalo ezijabulisayo
• Yakhelwe ukukhuthaza amakhono wenhlalo nezomzwelo
• Akuna ‘kuthenga phakathi kohlelo
• Azikho izikhangiso
• Alukho uxhumano lwe-inthanethi oludingekayo

KUDALELWE INGANE YAKHO NGABANTU ABANOBUCHWEPHESHE.
Lo mdlalo usekelwe yiminyaka yocwaningo kanye nesipiliyoni yolwazi lwe-literacy. Ihlanganisa amakhono we-literacy, i-Phonological Awareness, i-Letter Recognition, Imisindo, Silulumagama, i-Sight Word Reading, nokuQonda ukuze izingane zakhe isisekelo esiqinileyo sokufunda. Yakhwe ngomqondo wokunakekela umhlambi wenunu, ukukhuthaza uzwelo, impikelelo kanye nokuthuthukiswa kwenhlalo nozwelo lwengane.


SINGOBANI?
Udlisa Inunu ikhokhelwe yi-Norwegian Ministry of Foreign Affairs yona iyingxenye ye-EduApp4Syria-competition. Uhlelo lokusebenza lokuqala lwesi-Arab lwadalwa ngokubambisana kwe-Apps Factory, CET – The Center for Educational Technology, ne-IRC – The International Rescue Committee.


Udlisa Inunu yaguqulwa yaba yisiNgisi ngu-Curious Learning, inon-profit ezimisele ukuphakamisa ukutholakala kwe-effective literacy content ebantwini bonke abaludingayo. Siliqembu labacwaningi, onjiniyela, kanye nabafundisi abazimisele ukunika izingane indawo zonke imfundo ye-literacy ngolimi lwabo lwendabuko kusekelwe ngumniningwane nobufakazi - njalo sisebenzela ukuletha uhlelo Udlisa Inunu ezilimi ezibalulekile ezidlula ikhulu emhlabeni wonke.

UBUMFIHLO
Ubumfihlo bakho bubalulekile kithi. Ukuze uthole imininingwane emayelana nobomgomo yethu yobumfihlo, bheka
http://www.curiouslearning.org/ftm-privacy-policy.
আপডে’ট কৰা তাৰিখ
২০-০৬-২০২৩

ডেটা সুৰক্ষা

বিকাশকৰ্তাসকলে আপোনাৰ ডেটা কেনেকৈ সংগ্ৰহ আৰু শ্বেয়াৰ কৰে সেয়া বুজি পোৱাৰ জৰিয়তে সুৰক্ষা আৰম্ভ হয়। ডেটাৰ গোপনীয়তা আৰু সুৰক্ষা প্ৰণালী আপোনাৰ ব্যৱহাৰ, অঞ্চল আৰু বয়সৰ ওপৰত ভিত্তি কৰি ভিন্ন হ’ব পাৰে। বিকাশকৰ্তাগৰাকীয়ে এই তথ্যখিনি প্ৰদান কৰিছে আৰু সময়ৰ লগে লগে এয়া আপডে’ট কৰিব পাৰে।
এই এপ্‌টোৱে এই ধৰণৰ ডেটাৰ প্ৰকাৰ তৃতীয় পক্ষৰ সৈতে শ্বেয়াৰ কৰিব পাৰে
অৱস্থান, এপৰ কাৰ্যকলাপ আৰু এপৰ তথ্য আৰু কাৰ্যদক্ষতা
এই এপ্‌টোৱে এই ধৰণৰ ডেটা সংগ্ৰহ কৰিব পাৰে
অৱস্থান, এপৰ কাৰ্যকলাপ আৰু এপৰ তথ্য আৰু কাৰ্যদক্ষতা
ডেটা ট্ৰেনজিটত এনক্ৰিপ্ট কৰা হয়
আপুনি ডেটা মচিবলৈ অনুৰোধ কৰিব পাৰে
Play পৰিয়ালৰ নীতি অনুসৰণ কৰিবলৈ বদ্ধপৰিকৰ

নতুন কি আছে

Bug fix to new mini-game.