Bubbu Jewels - Merge Puzzle

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.0
10.2K izibuyekezo
5M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

UBubbu ufuna ukuba yikati lasebukhosini langempela. Usewutholile umqhele futhi usehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi kodwa manje udinga usizo lwakho ukuze athole ubucwebe azobufaka engcebweni yakhe. Mjoyine udlale naye lo mdlalo omnandi okuthiwa yi-merge 3!

Udlalwa kanjani? Donsa amatshe ayigugu uwafake ezikhaleni. Phendula amabhuloki amatshe ayigugu ngaphambi kokuwahlanganisa abe okungenani amatshe angu-3 kanye nenani elilinganayo ohlwini. Uzothola amatshe ahlanganisiwe anezinamba ezinkulu kunalokho. Wahlanganise uze ufike kunamba 7 ubone ukuthi kwenzekani. Qaphela ungazigcwalisi izikwele!

Matanisa, uhlanganise, uqhumise amatshe ayigugu uzitholele izinhlamvu eziningi zemali. Ungazizebenzisa lezi zinhlamvu zemali uthenge ngazo ama-power-ups ahlukahlukene, uphe uBubbu ukudla noma umthengele izimpahla ezihle nezinto zokuhloba. Ungamjabulisa uBubbu ngezinye zezithombe ezinhle ezintsha.

Sebenzisa ingqondo nobuhlakani ube yingcweti yokumatanisa nokuhlanganisa. Hlanganisa amatshe ayigugu angu-3, 4, 5... noma uze ufike ku-9 nenamba elinganayo, ngasikhathi sinye, uzitholele izinhlamvu zemali ezengeziwe ukuze ukhuphule amaphuzu akho. Dlala nabangane nomndeni uqhudelane nabo. Zibekele inselele ngemigomo eminingi ekulo mdlalo ujabulele ukuwudlala kaningi.

Izici:
- Umdlalo omnandi nongayekeki we-merge 3.
- Kulula ukudlala kodwa kunzima ukuba ingcweti.
- Umdlalo ophumuzayo wamabhuloki.
- Umdlalo ongapheli onemigomo eminingi.
- Amabhonasi ansuku zonke.
- Imidwebo emihle.
- Dlala noma nini ngaphandle kwe-inthanethi.
- Unebhodi lemiphumela.

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Jul 12, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza, Ulwazi lwe-app nokusebenza, ne-Idivayisi noma amanye ama-ID
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Uzimisele ukulandela Inqubomgomo Yemindeni ye-Google Play

Izilinganiso nezibuyekezo

3.9
8.07K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance