Clean Up Kids

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
3.6
7.16K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Kugunyazwe Othisha
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Jabulela le geyimu mahhala, kanye nezinkulungwane zezikhangiso eziningi zamahhala nokuthenga okuphakathi nohlelo, ngokubhalisile kwe-Google PlayĀ Pass.Ā Funda kabanzi
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

Jabulela lomdlalo wokuhlanza kuyilapho ujabula futhi ufunda ukunakekela izinto.

Izindlu kulelidolobha zimapeketwane. U-Super Fox udinga usizo lwakho ukuze ahlanze futhi alungise indlu. Kumele wenze kahle ikhishi, indawo yokugeza, ikamelo, i-athikhi, igaraji, ingadi kanye nekamelo lokuphumula.

ā€¢ Indlu yokugeza: Lungisa izimpahla, ziwashe bese uzilengisa kahle. Bonisa amakhono akho okuxhma amapayipi, shaya ithoyilethi futhi uhlanze kahle ubhavu ongcolile.
ā€¢ Igaraji: Imoto engcole kanje! Yiwashe futhi uyilungise, yakha indawo yokugibela ngamatayi futhi uxhume izintambo entweni kagesi.
ā€¢ Ingadi: Centa kahle emaceleni, tshala izimbali engadini, lungisa indawo yezinyosi futhi ulungise indlu yenja.
ā€¢ Ikamelo: Leli kamelo limapeketwane ngakho lihlanze futhi ulihlobise ngendlela oyithandayo!
ā€¢ I-athikhi: Ungadlala isigubhu esidala, uthole izinto ezifihliwe elayini elidala noma ubheke isibonakude ukuze ubheke isibhakabhaka ebusuku.
ā€¢ Ikhishi: Cibilikisa isiqandisi esineqhwa ngamathuluzi ahlukahlukene, hlela amapuleti etafuleni futhi ugeze izitsha.
ā€¢ Ikamelo lokuphumula: Lelikamelo lokuphumula lidinga ukuthuthukiswa okuthile. Thunga osofa, basa indawo yomlilo bese ulungise iwashi.

Izici:
ā€¢ ihlanganisa imidlalo emincane engu-20 yethemathikhi
ā€¢ thuthukisa umuzwa wokunakekela izinto futhi ufunde amacebiso awusizo
ā€¢ thola amasenti futhi uvule izitikha ezinhle

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Aga 19, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Uzimisele ukulandela Inqubomgomo Yemindeni ye-Google Play

Izilinganiso nezibuyekezo

3.9
5.99K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance