Umdlalo Wezingane Wengadi

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
3.7
11.5K izibuyekezo
1M+
Okudawunilodiwe
Kugunyazwe Othisha
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Jabulela le geyimu mahhala, kanye nezinkulungwane zezikhangiso eziningi zamahhala nokuthenga okuphakathi nohlelo, ngokubhalisile kwe-Google Play Pass. Funda kabanzi
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

Isifikile intwasahlobo! Sekuyisikhathi sokujabulela izimbali, izilimo, nezithelo. Phuma-ke uyotshala izilimo zakho ozithandayo engadini!

Hlanganisa umsebenzi nokudlala ufunde ukwenza ingadi ezingxenyeni ezihlukahlukene zengadi yakho: Engadini Yezilimo, Esitolo Sezimbali, Esivandeni Esimboziwe, Engadini Yezithelo naseShede Lasengadini. Hweba emakethe ngokudla okusha nangamathuluzi asengadini unakekele nengadi yakho.

• Ingadi Yezilimo: Qala ngokususa utshani, utshale imbewu uyinisele ukuze kukhule ama-strawberry, ulethusi, amathanga, i-cauliflower noma iklabishi elibomvu. Ungakhohlwa ukumisa isithusa-magwababa khona uzoxosha izinyoni engadini yakho.
• Isitolo Sezimbali: Ilanga seliyifudumezile inhlabathi! Bona imibalabala emihle laphaya ezimbalini. Tshala ama-tulip, ama-violet, ama-rose, ama-daisie noma ama-orchid, uwahlobise ubophele amakhasimende akho izimbali ezinhle.
• Isivande Esimboziwe: Qinisekisa ukuthi utamatisi wakho, amakukumba, opelepele, ubhilinjolo kanye nophizi kuzokhula esimweni esikahle laphaya engadini emboziwe. Sebenzisa umanyolo wemvelo nezinti usize izilimo zakho zikhule. Emva kwalokho ulungise izindawo eziphukile uma amapayipi amanzi edinga ukukhandwa!
• Ingadi Yezithelo: Aze anuka kamnandi ama-apula, ama-plum, amawolintshi, amapheya nolamula! Xosha izinambuzane kulo mdlalo omncane we uhlukanise izithelo ezinhle nezonakele emdlaweni wokuhlukanisa. Ukulima izithelo kuyazijabulisa izingane!
• Ishede Lasengadini: Awukho umsebenzi omnandi njengokulungisa ishede lasengadini Siza izingane zithole wonke amathuluzi okusebenza engadini eshede lakho elimahliphihliphi!
• Ipulazi: Jabulela ukuhlobisa ipulazi lakho ngezitikha. Thola izinhlamvu eziningi emidlalweni emincane ukuze uthole izitikha ePulazini lakho. Zonke izitikha ziyanyakaza futhi zinemisindo.

Umlimi udinga usizo lwakho ukuze asebenze engadini yakhe enhle, ngokushesha!

Izici:
• imisebenzi yezingane ejabulisayo
• izingxenye ezingu-5 ezinamathuluzi amaningi
• izinhlobo ezingaphezu kuka-20 zezilimo, izithelo nezimbali
• imisebenzi ehlukahlukene, njengokuvuna, ukumba, ukunisela, ukutshala, ukuvundisa
• imisindo ejabulisayo nezithombe ezinhle
• ukuzuza izinhlamvu zemali ukuze uthole izitikha zokuhlobisa ipulazi

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Aga 8, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Uzimisele ukulandela Inqubomgomo Yemindeni ye-Google Play

Izilinganiso nezibuyekezo

3.6
10.3K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance