My Hospital: Doctor Game

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
3.8
18K izibuyekezo
1M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

Yiba umphathi esibhedlela esithi wena kulo mdlalo omatasa wokusebenzisa kahle isikhathi, onemidlalo emincane ejabulisayo kanye namathuluzi okwelapha. Funda ukuba udokotela omatasa, unake izinto eziningi ngesikhathi esisodwa. Fudumeza iminwe yakho, yenza izinqumo ngokushesha ugcine zonke iziguli zijabule.

Okokuqala, yaba iziguli ngokufanele kuye ngokuthi athini amagama avezwayo. Bese uzelapha ngokushesha singakapheli isikhathi onqunyelwe sona. Amanye amathuluzi okwelapha kufanele ahlanganiswe, amanye kufanele wenze ngawo izinto ezingafani, kanti ngamanye kuzodingeka udlale umdlalo omncane. Jabulela ukudlala imidlalo emincane yokuba udokotela ehlanganisa ukuqhumbuza amabhamuza asemjovweni, ukulungisa uketshezi olufakwa emthanjeni, ukwelapha isilonda sokusha, ukulungisa ibhandishi, ukukhipha isigonogono, ukwenza amaphilisi, ukukala umfutho wegazi nokushaya kwenhliziyo. Ukuze ukwazi ukwelapha kangcono, kufanele uthuthukise isibhedlela sakho ufundele ukuba udokotela uqale ngokuba isitshudeni uze ube udokotela ophambili.

Thola ukuthi iziguli zakho ziphethwe yini, uzelaphe ngokushesha ukuze zilulame. Sikufisela inhlanhla, dokotela!

Izici:
• umdlalo wokuba udokotela wabantu babo bonke ubudala
• inselele yokukwazi ukusebenzisa kahle isikhathi
• ziqeqeshe amakhono okuphatha nokwenza izinqumo ezisheshayo
• zuza imali namadayimane ongathuthukisa ngako isibhedlela
• amathuluzi amaningi okwelapha nemidlalo emincane ehlukahlukene yokuba udokotela

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Jun 19, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza, Ulwazi lwe-app nokusebenza, ne-Idivayisi noma amanye ama-ID
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe

Izilinganiso nezibuyekezo

3.9
16.3K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance