Ukugeza Isilwane Sasekhaya

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.3
9.04K izibuyekezo
1M+
Okudawunilodiwe
Kugunyazwe Othisha
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

Nazi izilwane ezinhle ezingu-7 zasekhaya: ikathi elinoboya, inja eqotho, ufudu oluhamba kancane, unogwaja ongahlaliseki, upholi ongathuli, uponi othanda ukudlala, ne-panda ethi ngigone.

Izilwane ezincane zasekhaya ziyayithanda imvelo, ihlathi, izikhotha, lapho zingadlala khona umacashelana futhi zijahane Izilwane kade ziyodlala nabangane bazo manje sezingcolile. Shesha uzisize ngezinto zakho zobuhle.

Okokuqala, susa izimpukane, iminyovu, izinyosi, amazenze noma izicabucabu. Ukuze zithole ukugezwa okumnandi, sebenzisa insipho, ishawa nethawula lokuzihlanza lezi zilwane ezingcolile. Zesule uzikame uboya noma ulungise amaqubu kapholi. Ezinye izilwane zinezidingo ezikhethekile. Ufudu lunenkinga ngegobolondo lalo oluhluphayo, uponi ngesicathulo sawo sensimbi nopholi ngamaqubu akhe akhethekile. Lakhe kabusha igobolondo lofudu ulipholishe ukuze licwebezele. Buyisela isicathulo sikaponi ngezipikili nangesando. Nquma amaqubu ngesikele, noma amazipho amade ngesinquma-nzipho. Okunye, zonke izilwane zasekhaya zidinga ukusizwa ngokuxubha amazinyo, ngakho wahlanze amazinyo azo kanye nalowo mlomo ogcwele izicucu zokudla okuhlukahlukene.

Ekugcineni, sithele ngamakha isilwane sakho ukhethe nasemihlobisweni ehlukahlukene emibalabala. Ungahlanganisa uvemvane, imigexo, uthayi, ifindo, izigqoko nezibuko zamehlo.

Ngaphambi kokuba unakekele esinye isilwane, ungadlala umdlalo omncane osebenzisa ingqondo wokushintshanisa izinkomishi. Nakisisa ukuthi likuphi ibhola uhlale uqaphile!

Izici:
• izilwane zasekhaya ezithandekayo ezingu-7 (inja, ikati, uponi, ufudu, upholi, unogwaja, i-panda)
• imidwebo egqamile ye-HD
• imisindo yezilwane
• imidlalo emincane ehlukahlukene
• izinto zokuhlobisa ezihlukahlukene ongazihlanganisa

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Okt 3, 2023

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Uzimisele ukulandela Inqubomgomo Yemindeni ye-Google Play

Izilinganiso nezibuyekezo

4.3
6.81K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance