Ipsos MediaCell+

100K+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

I-Ipsos MediaCell+ ingasetshenziswa kuphela ngesimemo futhi bavumelekile ukukhethwa ababambiqhaza abafanelekile kuphela ezenzweni zocwaningo lwezimakethe zakwa-Ipsos.

I-Ipsos MediaCell+ uhlelo lokusebenza locwaningo lwezezimakethe eliqoqa ulwazi ngokungahleliwe ngokuphathelene nedivayisi yakho kanye nangendlela osebenzisa ngayo umthombo wabezindaba. Lokhu kuzokusiza amaklayenti yethu ukuthi ibumbe ikusasa lokushicilela kanye nomthombo wabezindaba emhlabeni.

Sidinga nje ukuthi uvumele izaziso ezifunzelelwe kanye nezimvume futhi ugcine uhlelo lokusebenza lisebenza kwisizinda socingo, futhi ulungele ukuhamba! Ukuvuzwa, uzoklonyeliswa, futhi ngokuthobela imithetho yethu elula isikhathi eside, uzozuza imiklomelo eminingi.

I-Ipsos MediaCell+ isebenzisa insizakao ye-VPN ukuqapha ithrafikhi yewebhu yakho. Ledivayisi ye VPN akuyona iseva yangaphandle futhi ayiguquli ithrafikhi yenethiwekhi yakho nganoma iyiphi indlela. Uhlelo lokusebenza le-Ipsos MediaCell+ lizobuye lisebenzise idivayisi ye-microphone ukulalela umsindo okhodiwe noma ukuveza iminwe yomsindo wedijithali ukulinganisa umabonakude noma iziteshi zomsakazo ozivulile; ngeke liqophe noma yimuphi umsindo.

Abakwa-Ipsos bathatha izibopho zayo ngokuzimisele zokuphepha kanye nemfihlo yolwazi esilihlinzekiwe yilabo ababamba iqhaza kucwaningo esilwenzayo.

LOLU HLELO LOKUSEBENZA LUSEBENZISA INKONZO ZOKUFINYELELEKA
Kuphela uma sinikezwa imvume ecacile, i-Android isebenzisa inkonzo zokufinyelela (API yenkonzo zokufinyelela) ukuqoqa uhlelo lwakho lokusebenza lwedivayisi, imidiya, nokusetshenziswa kwewebhu. Asifundi noma yikuphi okuqukethwe kunoma iyiphi imiyalezo, i-imeyili, ibhange noma ezinye izinhlelo zokusebenza ezibucayi noma amawebhusayithi. Yonke idatha ihlanganiswe naleyo yabanye abasebenzisi bohlelo lokusebenza ukuze ungabonwa.

LOLU HLELO LOKUSEBENZA LUSEBENZISA INKONZO ZE-VPN
Lolu hlelo lusebenzisa inkonzo ze-VPN. I-Ipsos MediaCell+ isebenzisa i-VPN ngemvume yomsebenzisi wokugcina. I-VPN iqoqa idatha yokusetshenziswa kwewebhu kule divayisi futhi idatha iyacubungulwa njengenxenye yephaneli yokucwaninga imakethe lokungena.

• Sinakekela kangangoba sinakho ukuqinisekisa ukuthi sithobela imithetho, imithethonqubo kanye nezibopho zezimiso zokuziphatha, ufaka phakathi i-GDPR kanye Nomthetho Wokuziphatha Wenhlangano Yocwaningo Lwezezimakethe.
• Ngeke sidlulisele, sithengise noma sihlinzeke ngolwazi lakho oluphathelene nomuntu.
• Ngeke siqoqe okuqukethwe ama-email, SMS noma eminye imiyalezo oyithumelayo.
• Lonke ulwazi olusuka edivayisini kamakhalekhukhwini ladluliselwa kumaseva ethu ombhalo (encrypted) ngencazelo yokubethela (encryption) kawonkewonke/yangasese yase Nigizimu Afrika mgaphambi koku-apulowuda, kanye nokudluliselwa kwi-HTTPS.
• Asiqoqi idatha evela emawebhusayithini noma ezinhlelweni zokusebenza eziphathelene nomuntu njengokubhenka.
• . Uhlelo lokusebenza lingakhishwa nganoma yisiphi isikhathi ukumisa konke ukuqoqwa kwedatha ngokushesha.

Ukwala:
• Uma ushiya iphaneli, umsebenzi wakho ukukhipha uhlelo lokusebenza kanye nesitifiketi se-VPN ukuze unqande ukuqoqwa okuqhubekayo kwedatha.
Kubuyekezwe ngo-
Sep 2, 2025

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Ayikho idatha eyabiwe nezinkampani zangaphandle
Funda kabanzi mayelana nendlela onjiniyela abaveza ngayo ukwabelana
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Ulwazi lomuntu siqu, Ezempilo nokufaneleka nabanye abangu-4
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe