Humusha Wolimi iGlot

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.6
179K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

Umhumushi wamahhala 🇿🇦

Izinkinga zokukhulumisana? Ukuvakasha? Izifundo? Landa elinye lamathuluzi angcono kakhulu we-Google Play, iGlot. Humusha.

Manje usungakwazi ukuhumusha ngokushesha izilimi eziyi 100 uma ufuna, kwi mobile device noma i-tablet yakho! Vele ubhale igama ofuna ukulihumusha, khetha ulimi osusa kulo nalelo oyisa kulo ubese ucindezela ikinobho lika "Humusha". Ebhokisini elingaphansi kwamagama, okuhunyushiwe kuzobonakala sekulungele ukukotjwa kusebenze nomaphi, kwi-email, kwi-sms, uWhatsApp, uFacebook noma yini enye oyifunayo.

Okungaphezulu, usulwazi kancono ulimi oluhunyushiwe, kukhona ikinobho lokulalela izwi elikhuluma ngolimi lomdabu lalawo magama. Kungaba ukuthi ufunda izilimi noma unohambo oluya ezweni lapho likhulunywa khona lolimi ungezwa, lendlela yokuhumusha ikulungele. Ungacali uhambe ungenayo le-application enhle!

Uma ufuna ukukhombisa lokukuhumusha nabangani bakho, ungavele uthumele kuFacebook yakho, kuWatsApp, kwi-email, i-sms noma nguyiphi i-application onayo kwi-mobile device yakho.

Uma ungakhoni ukubhala, noma ufisa ukuthi kube khona okhuluma nawe ngolunye ulimi, ungasebenzisa okokuzwa izwi okufakwe kulomhumushi, ngokushesha igama olishoyo lizofundeka lihumusheke ngamagama. Cindezela ikinobho lombhobho ubese uchubeka!

Ukusebenzisa le-application akukhokhelwa lutho kanti kuvulekile kuphela kumele ube ne-internet ozolumeka kuyo (WiFi, 3G noma LTE) kuze ukwazi ukungena kwi-server yokuhumusha.

Izilimi eziwu 100 ziyatholakala khona-ke ungakwazi ukuhumusha ngokungabandezeleki kuyona le-application. Izilimi ezitholakala kulomhumushi yilezi:

Isi-Afrikaans (af), Isi-Albanian (sq), Isi-Amharic (am), Isi-Arabhu (ar), Isi-Armenian (hy), Isi-Azerbaijani (az), Isi-basque (eu), Isi-Belarusian (be), Bengali (bn), Isi-Bosnia (bs), IsiBulgaria (bg), Isi-Catalan (ca), I-Cebuano (ceb), Isi-Chichewa (ny), Isi-Chinese esenziwe lula (zh-CN), I-Chinese Traditional (zh-TW), I-Corsican (co), Isi-Croatian (hr), IsiCzech (cs), IsiDenishi (da), Isi-Dutch (nl), IsiNgisi (en), Isi-Esperanto (eo), Isi-Estonia (et), Isi-Filipino (tl), Isi-Finnish (fi), IsiFulentshi (fr), Isi-Frisian (fry), Isi-Galician (gl), IsiGeorgia (ka), IsiJalimane (de), IsiGreki (el), Isi-Gujarati (gu), IsiCreole saseHaiti (ht), I-Hausa (ha), IsiHawaii (haw), IsiHebheru (iw), Isi-Hindi (hi), Hmong (hmv), IsiHungary (hu), Isi-Icelandic (is), Igbo (ig), Isi-Indonesian (id), Isi-Irish (ga), Isi-Italian (it), IsiJapane (ja), Isi-Javanese (jv), I-Kannada (kn), Isi-Kazakh (kk), Isi-Khmer (km), Isi-Korean (ko), Isi-Kurdish (ku), I-Kyrgyz (ky), Isi-Lao (lo), IsiLatini (la), Isi-Latvian (lv), Isi-Lithuanian (lt), Isi-Luxembourgish (lb), I-Macedonian (mk), Isi-Malagasy (mg), Isi-Malay (ms), Isi-Malayalam (ml), Isi-Maltese (mt), Maori (mi), IsiMarathi (mr), Isi-Mongolian (mn), IMyanmar (my), Isi-Nepali (ne), IsiNorway (no), IsiPashishi (ps), IsiPheresiya (fa), IsiPolish (pl), IsiPutukezi (pt), IsiPunjabi (pa), Isi-Romanian (ro), IsiRussia (ru), ISamoa (sm), Ama-Scots Gaelic (gd), Isi-Serbian (sr), IsiSuthu (st), Isi-Shona (sn), Sindhi (sd), Isi-Sinhala (si), IsiSlovak (sk), IsiSlovenia (sl), ISomaliya (so), ISpanishi (es), Sundanese (su), IsiSwahili (sw), IsiSwidi (sv), I-Tajik (tg), Isi-Tamil (ta), I-Telugu (te), Isi-Thai (th), Isi-Turkish (tr), Isi-Ukraine (uk), Isi-Urdu (ur), Isi-Uzbek (uz), Isi-Vietnamese (vi), Isi-Welsh (cy), IsiXhosa (xh), I-Yiddish (yi), Isi-Yoruba (yo), Zulu (zu).

Uma uthokoza ngalomhumushi, singathokoza ukuthi usiphe isigaba sezinkanyezi eziyisihlanu, ukuze sikwazi ukuchubeka sithuthukise i-app yethu. Siyawuthokozela kakhulu umbono wakho.

Siyabonga kakhulu ukusebenzisa umhumushi wethu!
Kubuyekezwe ngo-
Jul 22, 2023

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Ulwazi lwe-app nokusebenza ne-Idivayisi noma amanye ama-ID
Ayikho idatha eqoqiwe
Funda kabanzi mayelana nokuthi onjiniyela bakuveza kanjani ukuqoqwa
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Idatha ayikwazi ukusulwa

Izilinganiso nezibuyekezo

4.6
168K izibuyekezo

Yini entsha

Isivinini sokuhumusha esithuthukisiwe.
Kulungiswe izimbungulu eziningana.
Injini yokuhumusha yolimi ebuyekeziwe.