Princess Hair & Makeup Salon

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
3.8
28.1K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nale geyimu

Ungathanda ukuba inkosazane kusukela ekhanda kuze kube sezinzwaneni? Vakashela indawo yethu yokuvuselela ubuhle futhi uzizwele ukuthi kunjani ukuba inkosazane.

Ingabe wake wacabanga ukuphila njengokungathi uyaphupha? Hlangana namantombazane ethu amathathu: u-Cherie onezinwele ezibomvu, u-Amy unezinwele ezinsundu no-Daisy onezinwele ezidaywe zababomvana. Ungashintsha ukubukeka kwabo ngezimonyo zosaziwayo nesitayela sezinwele, bese ubagqokisa ngokwemfashini yamuva.

Qondisa inkosazane yakho kumcwali wezinwele, umfaki wezimonyo nakusomfashini. Msize athole ubukhazikhazi bangempela!

Wonke amantombazane afuna ukuba nezinwele ezinhle. Ungaqala ngokugeza nokomisa izinwele zenkosazane yakho. Uma uphungula noma unciphisa izinwele zayo, ungakwazi ukumlungisa kahle kakhulu. Kumelwe uzibonele wena lokhu. Zizwe ukhululekile ukulungisa izinwele zakhe ngendlela ofuna ngayo. Ungathinta futhi uzenze zikhephuzele, uzenze zibe ugqinsi, zigoqane, zibe mfushane, uzingcolise, uziqondise noma uzidlakaze.

Awudingi ukwenza izifundo zokucwala ukuze wenze inkosazane yakho ibe yinhle ngokokucwala okuhle. Khetha umbala okahle wokokugcobisa umlomo, ibhulashi, ipeni lamashiya nesithunzi samehlo. Faka imaskhara ethile ezinkopheni nepulaki nepeni lokuthwiza uma kudingeka. Ungakhetha umbala owuthandayo wamehlo enkosazane yakho namakha owathandayo.

Lamakhosazane adinga ukuthintwa ngemfashini yakho. Agqokise izingubo ezinhle ezitholakalayo: izingubo. Iziketi, amagawuni namajakhethi. Ungenezela namathiyara, izinto zasemakhanda, izimpiko, ubucwebe nezinye izinto ezingabenza babukeke kahle ngempela.

Ekugcineni, ngamunye walamakhosazane amahle uzobukeka ngendlela enhle ngempela. Bebukeka bebahle kanjalo, bangaya ngasolwandle, ezindaweni zokudla noma kumapikiniki. Bangavakashela ngisho nabangane babo esigodlweni esidala noma bangayothenga bese uma sebekakhathele bazilalele emibhedeni.

Izici:
• inezithombe ezinhle nezisezingeni eliphezulu le-HD
• ekuqaleni, kulula ukuyisebenzisa
• imidlalo engapheli enochungechunge olude
• amaskrini shothi angagcinwa ezithombeni zakho
• iveza ikhono lakho lokwenza izinto

Ujabulele lomdlalo wamakhosazane!

Lomdlalo udlalwa mahhala kodwa izinto ezithizle, nalokho okunye okubhalwe engcazelweni yomdlalo, kungadinga ukukhokhelwa ngokuthenga nge-app okubiza imali yangempela. Sicela uhlole amasethingi edivayisi ukuze uthole imininingwane eyengeziwe ngokukhetha mayelana nokuthenga nge-app.

Umdlalo uqukethe ezokukhangisa ngemikhiqizo ye-Bubadu noma ezinye izingxenye zesithathu okuzoqondisa abasebenzisi kwisayithi yengxenye yesithathu noma kuyi-app.

Ingqubomgomo yobumfihlo: https://bubadu.com/privacy-policy.shtml
Imigomo yokusebenzisa: https://bubadu.com/tos.shtml
Kubuyekezwe ngo-
Okt 3, 2023

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Umsebenzi wohlelo lokusebenza ne-Ulwazi lwe-app nokusebenza
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Uzimisele ukulandela Inqubomgomo Yemindeni ye-Google Play

Izilinganiso nezibuyekezo

3.9
22K izibuyekezo

Yini entsha

- maintenance