Iwashi Eline Alamu

Iqukethe izikhangiso
4.3
135K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

Iwashi eline-alamu iwuhlobo olulula nokwakhiwa okuhle kwamawashi nohlelo olukhaliphile lokucupha i-alamu.

Uhlelo lakhelwe kuhlelo olugobekayo nolukhaliphile lokucupha i-alamu. Ama-alamu ayazihlela ngokuzenzekela wona ngesikhathi indawo yesikhathi ishintsha ne-alamu ngayinye iqala ngamasethingi asechaziwe. Uma ukhuluma kwifoni, i-alamu liyadlala ngokuzenzekela ngomsindo osezingeni eliphansi ukuze lingakuphazamisi. Ngenkathi i-alamu likhala kanti futhi nomuntu uyakufonela, lizobuye likhale emva kwesikhashana bese iqala idlala i-ringtone. IWashi Eline Alamu lakhelwe ukukukhulula kwinhlupheko futhi izothobela zonke izidingo zakho zokuthi ufuna ukuvuswa noma ukukhunjuzwa ngezinto ezibalulekile empilweni yakho.

Ngaphandle kwesakhiwo esincane, siphinde sakha IWashi Eline Alamu ukusebenzisa uhlelo oluphansi kakhulu lwezinsiza. Ingasetshenziswa njengomphathi we-alamu, futhi ingasetshenziswa njengewashi ledeski uma lihleli kwishajat – isinqumo ngesakho.

Siphinde sacabanga futhi ngamandla okusebenzisa – izindlela zedijithali zeWashi Eline Alamu yamahhalaezinamadijithi amakhulu futhi agqame klula, ukuze zithokozelwe kunoma imaphi amasethingi alula futhi nakwibanga elihle kakhulu lokubukela.

OKUQUKETHWE

- Izinhlobo ezine 4 zamawashi akhiwe asesitayeleni – i-analog dark, i-analog light, i-digital dark, ne-digital light

- Ama-alamu nezikali zesikhathi okungalinganisiwe – kuhlele izikhathi eziningi, ngazikhathi sinye, uphinda noma kuqhubeka, noshuni kumtapo wefoni yakho

- Uhlelo olugobekayo ozibonelayo lokucupha ama-alamu

- IWashi Eline Alamu yethula amathuba amaningi okwenza ngcono ukuhambisana nesitayela sakho

- Izinhlobo eziwu 3 zezaziso – i-alamu elandelayo, ama-alamu akuphuthile, ama-alamu asebenzayo manje

- Usayizi owodwa wanela bonke – IWashi Eline Alamu isebenzisa indlela yokwakhiwa okwahlukile eseka ngokulingana ama-smartphone nezikrini ezincane kakhulu kuya kwizikrini ezinkulukazi zama-tablet ngaphandle kokuthinta nanoma iyiphi indlela yosayizi wohlelo

- Amasething ohlelo oluzibonelayo – thola ukungena kalula kukho konke ongakukhetha okudingayo

- Vuka ngomculo wakho owuthandayo

- Ukulungisa ngokuzenzekela kwama-alamu ngenkathi ushintsha izikhathi zendawo

- Setha amalebula esimanje ama-alamu nezikali zikhathi nombhalo ongalingasiwe ubude

- IWashi Eline Alamu lisebenzisa 12 noma 24 wesikhathi esihleliwe

- Usebenzisa ukuzibisa okuzenekelayo ukugcina ibhetri yakho isikhathi eside noma zinyusele isikhathi sokuzibisa

- IWashi Eline Alamu yakhiwe ngemowudi ye-landscape ne-portrait

- Ungakwazi ukukhetha ukuvumela noma ukunqabela izaziso

- IWashi Eline Alamu lwamahhala lihle futhi lilula futhi ungalisebenzisa njengewashi elizimele ebusuku

- IWashi Eline Alamu lakhiwe kusuka phansi kuyaphezulu ukuze lizibele nokusekwa yitafula

- Android TV

- IWashi Eline Alamu lisebenza kahle kakhulu nokuvezwa kuzo zonke izikrini ezaziwayo

- Okufisayo sizokwenza! Zikhethele ifeature elandelayo kwiWashi Eline Alamu lamahhala – sithumele i-imeyili noma phawula ngemicabango yakho.


Thintana nathi futhi ulandele izindaba ezintsha mayelana nezinhlelo zethu:
http://www.facebook.com/macropinch
http://twitter.com/macropinch
Kubuyekezwe ngo-
Dis 2, 2023

Ukuphepha kwedatha

Onjiniyela bangase babonise ulwazi lapha mayelana nendlela i-app yabo eqoqa futhi esebenzisa ngayo idatha yakho. Funda kabanzi mayelana nokuphepha kwedatha
Alukho ulwazi olutholakalayo

Izilinganiso nezibuyekezo

4.3
125K izibuyekezo

Yini entsha

* Active alarm screen will always pop-up on Android 9 or lower.
* A couple of crash fixes