Tinder

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
3.4
7.01M izibuyekezo
100M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
I-USK: Ubudala obungu-18+
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

I-Tinder® yi-app yezothando edume kakhulu emhlabeni yokuhlangana nabantu abasha. Ungahlangana nabantu abasha, ukhulise ubuhlobo, uhlangane nabantu bendawo, noma usebenzise i-Tinder ngisho usohambweni. Abantu abangu-26 million abameshayo nsuku zonke kanti bangu-30 billion abameshisiwe kusukela i-Tinder yaqala ukuba khona. Mangaki ama-app ezothando enza lokho?

I-Tinder imnandi futhi kulula ukuyisebenzisa. Dawuniloda i-app, uvule i-akhawunti, ulungele ukuhlangana nabantu abasha. Uma ubuka iphrofayela yomuntu, swayiphela kwesokudla uma umthanda futhi ufuna ukushaya u-Like noma uswayiphele kwesokunxele uma ungamthandi. Uma othile naye ekuthanda, nizobe senimesha! Niyafanelana! I-Tinder iqale ubuchwepheshe be-double opt-in ukuze abantu ababili bafanelane kuphela uma bezwana. Mane uhlole amaphrofayela owathandayo, uxoxe nabantu omesha nabo, bese nihlangana ngokoqobo.

INCAZELO YEZICI ZE-TINDER

I-Tinder imahhala ukuyidawuniloda nokuyisebenzisa. Uma usebenzisa i-Tinder, ungakhetha ukuthuthukela kwesinye sezici zethu ezinjenge-Tinder Plus noma i-Tinder Gold. Uma uthenga i-Tinder Plus uthola izici ezivelele, ezifaka lezi: Ukuthanda Okungenamkhawulo ukuze usebenzise i-Swipe Right kaningi ngokuthanda kwakho, i-Passport yokushintsha indawo okuyo futhi uxoxe nabangashadile nomaphi emhlabeni wonke, i-Rewind yokubuyela emuva kuphrofayela edlule, kanye ne-Boost eyodwa yamahhala ngenyanga ukuze ube yiphrofayela ephezulu endaweni yakini imizuzu engu-30, kanye nama-Super Likes engeziwe.

IMPATHO YASEBUKHOSINI

I-Tinder Gold yiphakheji ephezulu kakhulu - ikhethelo ngempela. Uma ubhalisele i-Tinder Gold, uthola: I-Passport, i-Rewind, ama-Like angenamkhawulo, ama-Super Likes amahlanu ngosuku, i-Boost eyodwa ngenyanga, nezilawuli eziningi zephrofayela. Yonga isikhathi useshe ngo-Likes You, ekusiza ubone ukuthi ubani okuthandayo. Kuthathe njengomnakekeli wakho we-Tinder—itholakala 24/7—ibaletha kuwe abantu abameshayo okufanele ubahlole.

-----------------------------------

Uma ukhetha ukuthenga i-Tinder Plus noma i-Tinder Gold, inkokhelo izodonswa ku-akhawunti yakho ye-Google Play, futhi i-akhawunti yakho izokhokhiswa ukuze uvuselele engakapheli amahora angu-24 ngaphambi kokuphela kwesikhathi samanje. Ukuvuselela ngokuzenzekelayo kungavalwa noma nini ngokuya kumasethingi akho ku-Play Store ngemuva kokuthenga. Amanani amanje e-Tinder Plus aqala ku-$9.99 USD ngenyanga, futhi kutholakala amaphakheji enyanga eyodwa, izinyanga eziyi-6, nezinyanga eziyi-12. Amanani amanje e-Tinder Gold aqala ku-$14.99 USD ngenyanga, futhi kutholakala amaphakheji enyanga eyodwa, izinyanga eziyi-6, nezinyanga eziyi-12. Amanani angamadola ase-U.S., futhi ayahlukahluka ngokwamazwe ngaphandle kwelase-U.S., kanti angase ashintshe ngaphandle kwesaziso. Ukukhansela i-subscription yamanje akuvunyelwe uma kusene-subscription esebenzayo njengamanje. Uma ukhetha ukungayithengi i-Tinder Plus noma i-Tinder Gold, ungavele uqhubeke usebenzisa i-Tinder mahhala.

Zonke izithombe ezonobuhle futhi zisetshenziselwa ukufanekisa kuphela.

Ubumfihlo: https://www.gotinder.com/privacy
Imibandela: https://www.gotinder.com/terms
Kubuyekezwe ngo-
Eph 24, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Indawo, Ulwazi lomuntu siqu nabanye abangu-4
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Indawo, Ulwazi lomuntu siqu nabanye abangu-7
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe

Izilinganiso nezibuyekezo

3.4
6.9M izibuyekezo

Yini entsha

bug fixes and improvements