Okwamadivayisi nezinto zakho
• Buka ifoni yakho, ithebhulethi, ama-headphone, nokunye okusetshenziswayo kumephu–ngisho noma kungaxhunyiwe ku-inthanethi.
• Dlala umsindo ukuze uthole idivayisi yakho elahlekile uma iseduze.
• Uma ulahlekelwe idivayisi, ungayivala ukude noma uyisule. Ungakwazi futhi nokufaka umyalezo ozibhalele wona ozoboniswa esikrinini sokukhiya uma kwenzeka omunye umuntu ethola idivayisi yakho.
• Thola amadivayisi akho nezinto kuMobile nakumadivayisi asekelwayo eWear OS.
• Yonke idatha yendawo kunethiwekhi yeFind Hub ibetheliwe. Idatha yale ndawo ayibonakali ngisho nakuGoogle.
Ekwabelaneni ngendawo
• Yabelana ngendawo yakho ebukhoma ukuze uqondise ukuhlangana kwakho nomngane noma uhlole ukuthi ilungu lomndeni lifike ngokuphepha yini ekhaya.
Kubuyekezwe ngo-
Dis 15, 2025