Microsoft To Do: Lists & Tasks

4.8
364K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Kulinganiselwe ngo-3+
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

I-Microsoft To Do iwuhlu olulula nolunobuhlakani lwe-todo olwenza kube lula ukuhlela usuku lwakho. Kungakhathaliseki ukuthi eyomsebenzi, isikole noma eyasekhaya, i-To Do izokusiza ukhiqize kakhudlwana futhi unciphise ukucindezeleka. Ihlanganisa ubuchwepheshe nobuhle obukusiza usebenze kalula usuku nosuku.

Hlela usuku lwakho

Hlela usuku lwakho ngeZiphakamiso ze-To Do ezihlakaniphile futhi ufeze imisebenzi esemqoka, imisetshenzana yasendlini okufanele uyenze, nsuku zonke. I-To Do ivumelanisa ucingo lwakho nekhompyutha, ngakho ungangena ku-todo usesikoleni, ehhovisi, noma ezitolo noma ngisho usohambweni kunoma iliphi izwe.

Yabelana ngezinhlu zakho nomndeni nabangane

Ukwabelana ngohlu kukuvumela ukuba uhlanganyele izinhlu nemisebenzi efanayo futhi ufinyelele imigomo yakho kalula. Uma ufuna ukwabelana ngohlu lwezinto zomsebenzi namathimba akho noma uhlu lwegilosa nomlingane wakho, ngesixhumanisi sethu sokwabelana, sikwenza lula ukuhlanganyela ngamathimba amancane nangabantu ngabanye. Ukwenza izinto ndawonye kulula kakhulu!

Nciphisa umsebenzi wakho ube izinto ezincane, eziwusizo

Izinyathelo (Imisetshenzana) zivumela noma iyiphi i-to-do ukuba yenziwe izicucwana ezincane, eziwusizo nakakhulu. Ukuze kusizwe amakhasimende akhiqize kakhudlwana, i-to-do ngayinye izokhombisa inani lezinyathelo (imisetshenzana) enazo nenani lalezo zinyathelo eseziqediwe kakade. Izinyathelo (Imisetshenzana) zizogcina isimo sazo salokho okuqediwe ngisho noma i-to-do yazo iqediwe noma ingaqediwe.

Beka izinsuku zokuqeda nezikhumbuzo

Ungafaka ngokushesha, uhlele futhi ushejule ama-to-do akho usohambweni. Kuma-to-do abalulekile okungamelwe uwalibale ungafaka izikhumbuzo nezinsuku zokuqeda—sizokukhumbuza. Uma unama-to-do okufanele uwaqede nsuku zonke, maviki onke noma unyaka nonyaka ungasetha izinsuku ngokuqhubekayo ukuze ukhunjuzwe isikhathi ngasinye.

Faka amanothi emisebenzini yakho

Ungasebenzisa i-To Do futhi ukuze ubhale amanothi, ufake amanothi anemininingwane kuwo wonke ama-todo—amakheli, imininingwane yencwadi ofuna ukuyifunda, namawebhusayithi esitolo sekhofi osithandayo. Ungabeka yonke imisebenzi namanothi akho endaweni eyodwa kukusize uthole okwengeziwe.

Ukufaka imibala ezinhlwini zakho

Iziphi izinto ofuna ukukhiqiza nakakhulu kuzo? Ungaba nohlu olunemibala entweni ngayinye. Manje ungafaka ngokushesha umsebenzi wakho wasekhaya kolunye uhlu, igilosa kolunye, uhlu lokupakisha, amaphrojekthi asemsebenzini nawemisebenzi yasekhaya ozenzela yona kwezinye izinhlu. Uma unendlela ethile osebenza ngayo njenge-GTD (i-David Allen's Getting Things Done Methodology) khona-ke ungazakhela uhlu Losuku Oluthile noma Lokulandelela.

Ukuhlanganiswa ne-Outlook

Ngokuhlanganiswa ne-Outlook Mail, ungabona imisebenzi yakho kuDeskithophu Ye-Outlook Desktop noma ku-Outlook.com usebenzisa i-Akhawunti efanayo ye-Microsoft. Wonke ama-to-do agcinwa kumaseva e-Exchange Online, ngakho azokhonjiswa ku-Microsoft To Do nakokuthi Imisebenzi Ye-Outlook ngokuzenzakalelayo.

Hlela ukuthi ufuna ukugxilaphi njalo ekuseni bese uzipha umdlandla wokubhekana nosuku. Le app elula yohlu lwe-todo idawunilodwa mahhala. Ihlanganisa amatimu, amanothi, izikhumbuzi, izinsuku, Iziphakamiso, nokuvumelanisa amadivayisi amaningi. Kalula nje, yonke into oyidingayo ukuze uhlele ukuphila kwakho futhi ufeze okwengeziwe. Ukuqeda imisetshenzana yakho sekulula kakhulu. Iyithuluzi lokusingatha imisebenzi okufanele uzitholele lona.

Funda okwengeziwe: http://to-do.microsoft.com

Silandele: https://twitter.com/MicrosoftToDo

Isiphakamiso sombono noma isici: https://todo.uservoice.com/

Udinga ukusekelwa: https://todosupport.helpshift.com/

Ngokufaka i-Microsoft To Do, uyavumelana nale mibandela yokusebenzisa: https://go.microsoft.com/fwlink/?linkid=842577
Kubuyekezwe ngo-
Eph 28, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Ayikho idatha eyabiwe nezinkampani zangaphandle
Funda kabanzi mayelana nendlela onjiniyela abaveza ngayo ukwabelana
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Indawo, Ulwazi lomuntu siqu nabanye abangu-5
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe

Izilinganiso nezibuyekezo

4.8
349K izibuyekezo

Yini entsha

We fixed some bugs to improve the app experience.