Google Go

4.3
1.39M izibuyekezo
1B+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

Google Go kuyindlela elula, esheshayo yokusesha, ngemiphumela yosesho ethuthukisiwe ukonga idatha engafika kwengu-40%.

Thola izimpendulo ngokushesha nezethembekile nge-Google Go, ngisho nakuxhumo olungasheshi nama-smartphones anesikhala esiphansi. Ngosayizi ongu-12MB, kuyashesha ukulanda futhi konga isikhala efonini yakho.

Thayipha kancane, thola okuningi. Yonga isikhathi ngokuthepha emibuzweni nezihloko eziphambili, noma ngokusebenzisa izwi lakho ukusho okufunayo.

Yonk into oyidingayo kuhlelo lokusebenza olulodwa. Finyelela kalula futhi ngokushesha izinhlelo zakho zokusebenza eziyizintandokazi namawebhusayithi, kanye nezithombe, amavidiyo nolwazi ezintweni ozinakayo - konke kusuka ku-Google Go.

Ungaphuthelwa kokudumile nokuthrendayo. Hlola izihloko ezithrendayo zakamuva ngokuthepha okuthi Sesha.

Thola ukubingelela okuhle ongabelana ngakho nabantu obathandayo. Thepha kokuthi “Izithombe” noma “GIFs” ukuze uthole izithombe ezinhle nokubinyelela okugcwayizayo ukuphilisa izingxoxo zakho.

Noma yini oyifunayo ku-inthanethi, i-Google Go yenza kusheshe futhi kubelula kuwe ukuthola!
Kubuyekezwe ngo-
Jun 4, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Ayikho idatha eyabiwe nezinkampani zangaphandle
Funda kabanzi mayelana nendlela onjiniyela abaveza ngayo ukwabelana
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Indawo, Ulwazi lomuntu siqu nabanye abangu-10
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe
Ukubuyekeza ukuvikeleka okuzimele

Izilinganiso nezibuyekezo

4.3
1.35M izibuyekezo