Yazi iPixel Watch 3 yakho /

Ngemininingwane yansuku zonke nokugqugquzela okumi ngomumo, iPixel Watch 3 yakho inezakhi eziningi eziwusizo. Nazi izintandokazi zethu ezimbalwa ezizokusiza ukuthi uqalise.

Ilungele ukujima /

Ingabe ufuna ukuncika endleleni yakho yokuphila esebenzayo - noma uyiqalise? Landelela ukujima kwakho okungu-40+ uphinde uqhubeke uhlole inhliziyo yakho, kokubili ngesikhathi sokujima naphakathi nosuku. Uma ungumsubathi oshisekayo, nika amandla ijubane lakho ngokwakha ukugijima komuntu ngamunye, uthole ukuqondiswa kwesikhathi sangempela ngemiyalo ewusizo, uphinde uthole impendulo ethuthukisiwe esimweni sakho ngemininingwane yendlela ongathuthuka ngayo.

Zitholele izindlela ezintsha zokujima futhi uhlale ufunda ngalawa ma-app.
adidas Running: Run Tracker
Adidas Runtastic
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.6
1.64M izibuyekezo
50M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
AllTrails: Hike, Bike & Run
AllTrails, LLC
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.7
372K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
C25K® Couch to 5K: Run Trainer
Zen Labs Fitness
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.6
62K izibuyekezo
5M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Nike Run Club - Running Coach
Nike, Inc.
4.2
1.1M izibuyekezo
50M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Strava: Run, Bike, Hike
Strava Inc.
Ukuthenga ngaphakathi nohlelo
4.3
967K izibuyekezo
50M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Umuntu omusha
Ithiphu /
Bheka ukuthi umzimba wakho ukulungele yini ukujima noma ukuzipholela ngokuhlola umphumela wakho wokulungela, obalwa ngokusebenzisa idatha yakho yokulala neyezinga lokushaya kwenhliziyo. Qapha ukuthi inhliziyo yakho isebenza kanzima kangakanani usuku lonke ngokulandelela kwecardio-load yewashi lakho, futhi ugweme ukuziqeqesha okungaphansi noma okweqile ngokunamathela ebangeni eliqondiwe nsuku zonke ngokusekelwe ekulungeleni kwakho.

Yakhelwe inhlalakahle /

Njengoba iFitbit yakhelwe ngaphakathi, iwashi lakho liyithuluzi elinamandla lokusebenzela ezinhlosweni zakho zezempilo. Hlela usuku lwakho kanye neleveli yomsebenzi ngokusekelwe Emlayezweni wakho Wasekuseni, lapho ungabona khona imininingwane ewusizo, umphumela wakho wokulungela, amametric ezempilo, nokuhlosiwe kwansuku zonke. Futhi, uthola izikhumbuzo eziwusizo zemikhuba enempilo, njengezikhumbuzo zokuthi uhamba hambe phakathi nosuku.

Nawa amanye ama-app ambalwa okuzinakekela - ukusuka emikhubeni yasekuseni nokudla okunomsoco ukuya ekunethezekeni - kube lula kakhudlwana.
Calm - Sleep, Meditate, Relax
Calm.com, Inc.
Ukuthenga ngaphakathi nohlelo
4.5
600K izibuyekezo
50M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Endel: Focus, Relax & Sleep
Endel Sound GmbH
Ukuthenga ngaphakathi nohlelo
4.4
16.5K izibuyekezo
1M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Habitica: Gamify Your Tasks
HabitRPG, Inc.
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.7
67.8K izibuyekezo
5M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
I am - Daily affirmations
Monkey Taps LLC
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.8
281K izibuyekezo
5M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
MyFitnessPal: Calorie Counter
MyFitnessPal, Inc.
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.4
2.85M izibuyekezo
100M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Ithiphu
Hlala unolwazi ngenkathi usendleleni: Ukuhlola izibalo zakho zezempilo ngokubuka nje kulula kakhulu, sibonga isikrini esikhulu sewashi lakho nesibonisi esikhanyayo. Ungakwazi futhi ukufaka amathayela kuma-app akho ezempilo ayintandokazi ukuze ubone izifinyezo ezisheshayo zolwazi oludingayo.

Isandla esisizayo /

Ungaphazamiseki ngezinsuku ezimatasa ngokubheka isimo sezulu, ukuthumela imiyalezo, ukusetha izibali-sikhathi, nokuningi ngezwi lakho. Vele nje uthi 'Ok Google' noma ucindezele isikhathi eside inkinobho eseceleni ukuze uqalise.

Udinga umculo okhuthazayo ukuze ukusize ubhekane nalolo hlu lwezinto okufanele uzenze? Dlala izingoma zakho ozithandayo, kusukela ewashini lakho. Ukuze uthole izindlela ezengeziwe zokuhlala uhlelekile futhi ugxilile, hlola lawa ma-app ukuze uthole uhlu lwakho lokudlalayo olulandelayo lokukhiqiza, isihleli, nokuningi.
Bring! Grocery Shopping List
Bring! Labs AG
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.3
142K izibuyekezo
10M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Focus To-Do: Pomodoro & Tasks
Pomodoro Timer & To Do List - SuperElement Soft
Ukuthenga ngaphakathi nohlelo
4.6
265K izibuyekezo
5M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Spotify: Music and Podcasts
Spotify AB
Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.3
34.1M izibuyekezo
1B+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Umuntu omusha